Ugeqa amagula kusuke kuchazwa umuntu okhuluma konke angashiyi nokukodwa
odabeni okusuke kuxoxwa ngalo, akushiwo la umuntu okhuluma njalo noma okhuluma kakhulu,
kodwa kusuke kushiwo umuntu okhuluma kakhulu odabeni oluthile,
okungaba yicala abhekene nalo, noma udaba nje oluthile abese echaza yonke into
emayelana nodaba lokho kuthiwa ukugeqa amagula.
Ukugeqa ukuqeda, noma ukukhothuluza , amagula isitsha okuklezelwa kuso esino bhotshoselwa
kuyini ukugeqa amagula?
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |